Umyalelo:
Uthisha uzofundisa abafundi okumele bakuqikelele futhi bakulandele uma benza iPhrojekthi ngomdla
Umfundi kumele acwaninge ngombhalo ongumdlalo. Makathole incazelo egcwele nezimpawu zalokh
okulandelayo emdlalweni, ukuthi ziyini noma zibonakala kanjani. Makasebenzise umdlalo
abawufundayo kulo nyaka, 'Bahlukumezekile Behlakaniphelana Nje!" njengesibonelo.
UMSEBENZI:
1. Ukuchaza ukuthi yini umdlalo.
2. Izimpawu Zomdlalo:
2.1 Indikimba.
2.2 Umyalezo.
2.3 Abalingiswa.
2.4 Ukujeqeza Emuva.
2.5 Isu Lokubikezela (Ukuhlabela Phambili).
2.6 Isigameko esifihlelwe umlingiswa othile.
3. Imithombo yo!wazi engiyisebenzisile (References).
QAPHELA: Bhala izinombolo zezihlokwana kanye nezihlokwana njengoba zibhaliwe uma
usubhala umsebenzi wakho.
IKHASI LANGAPHANDLE (COVER PAGE) malibe nale mininingwane elandelayo:
1. Isibongo negama lomfundi.